Tag Archives: Umyalelo

UMYALELO WESHUMI

UMYALELO WESHUMI (Inhliziyo ehlanzekile) Ungafisi umfazi womakhelwane wakho, nesisebenzi sakhe sesilisa nesesifazane, nenkomo yakhe, noma yini eyakhe. Lokhu kusho ukuthini na? Kuthi: Asomesaba, simthande uNkulunkulu, ukuba singamamuki omunye umuntu umfazi wakhe nabamsebenzelayo nezinkomo zakhe ngokuhunga noma ngokuqhwaga, nangokuhlubukisa; kodwa sibancenge, sibancenge bahlale benze okubafaneleyo.

Posted in Articles from South Africa, Lutheran Confessions | Tagged , , , , , , , | Leave a comment

UMYALELO WESISHIYAGALOMBILI

UMYALELO WESISHIYAGALOMBILI (Igama elihle) Ungafakazi amanga ngomakhelwane wakho. Lokhu kusho ukuthini na? Kuthi: Asomesaba, simthande uNkulunkulu, ukuba singamqambeli amanga omunye umuntu, singamchaki, singamhlebi, singamdumazi; kodwa simphikele, sikhulume kahle ngaye, konke sikuphendulele ngakokuhle.

Posted in Lutheran Confessions | Tagged , , , , , , , | Leave a comment