Tag Archives: IKhathekisemu elincane

UMYALELO WESISHIYAGALOMBILI

UMYALELO WESISHIYAGALOMBILI (Igama elihle) Ungafakazi amanga ngomakhelwane wakho. Lokhu kusho ukuthini na? Kuthi: Asomesaba, simthande uNkulunkulu, ukuba singamqambeli amanga omunye umuntu, singamchaki, singamhlebi, singamdumazi; kodwa simphikele, sikhulume kahle ngaye, konke sikuphendulele ngakokuhle.

Posted in Lutheran Confessions | Tagged , , , , , , , | Leave a comment