ISIGCINO SEMIYALELO EYISHUMI

PantocratorISIGCINO SEMIYALELO EYISHUMI
Uthini uNkulunkulu ngalemiyalelo yonke na? Uthi: Mina-Jehova, uNkulunkulu wakho, nginguNkulunkulu onomhawu, ngihambela ububi bawoyise kubantwana kuze kube-sesizukulwaneni sesithathu nesesine kwabangizondayo; kodwa labo abangithandayo
nabagcina imiyalelo yami ngibenzela umusa ezizukulwaneni eziyinkulungwane.
Lokhu kusho ukuthini na? Kuthi: UNkulunkulu usongela ukubajezisa bonke abeqa lemiyalelo; ngakho kufanele impela ukuba siyesabe intukuthelo yakhe, singaphambani nalemiyalelo. Kodwa uyabathembisa bonke abayigcinayo imiyalelo leyo: umusa nakho nakho konke okuhle; ngakho-ke asomthanda, simethembe, sijabulele ukwenza njengokusho kwemiyalelo yakhe.

Unknown's avatar

About Wilhelm Weber

Pastor at the Old Latin School in the Lutherstadt Wittenberg
This entry was posted in Book of Concord: Confessions of the Evangelical Lutheran Church, Lutheran Church in Southern Africa, Lutheran Confessions and tagged , , , . Bookmark the permalink.

Leave a comment

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.