1. WeZion, vuka manye uyihlabelelele iNkosi, uMsindisi. Bhek’ inkanyezi yakhe, iyasitshela, ithi: Usefikile yena uMsindisi wezwe, uMthokozisi.
2. Inkazimulo enhle, ihhamba phambi kwethu, siyilandela yona; siyaya, Nkosi Jesu, sikudumise manje. Uzamukele ngomsa lezisipho zethu, ezingelutho.
3. Mawuzamkele, Nkosi, izinhliziyo zethu; okunye asinakho. Sicela, uzigeze; ak’ ukwandise khona okuhle nokulunga. Uvuthele kuzo ukukuthemba.
4. Lelizwi lakho, Jesu, malibe ukukhanya; sihambe kukho njalo, usiqinise ngalo nasekuhluphekeni, nasekulweni kwethu, sihlaliswe yilo, nanxa sesifa.
5. Nkanyezi enhle, khanya laph’ emphlabeni wonke; baguqe bonk’ abantu ezwni likaJesu, bacele ngokwethemba ngaleligama lodwa: bahlangane bonk ngokuthandana. (Incwadi Yokuhlabelela 1992 Nr. 70 Translated by J. Wallin)
A very blessed Holiday of the most holy Epiphany of our Lord and Saviour Jesus Christ + Many of you will only celebrate this miracle of the Epiphany on Sunday. Here are the propers for the festive celebrations in the divine service with a sermon for this joyous occasion in both Zulu and Tswana. Find out more here:
Tswana Sermon for 2012.01.08 Holiday of Epifany by Bishop Weber and translated by his father.
and also the sermon (not the entire order of service) in English: English Sermon on Col.1,24-27 for Epiphany 2012
